Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 3:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngakho siyabona ukuthi babengenakungena ngenxa yokungakholwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Siyabona-ke ukuthi babengenakungena ngenxa yokungakholwa kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Siyabona ukuthi babengeke bangene ngenxa yokungakholwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Ngakho siyabona ukuthi babengenakungena ngenxa yokungakholwa.

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 3:19
10 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ngiyakunikhumbuza, noma benazi lokhu ngaphambili, ukuthi iNkosi, isisindise abantu ezweni laseGibithe, yabuye yabhubhisa abangakholwanga.


Okholwa eNdodaneni unokuphila okuphakade; ongakholwa yiNdodana kayikubona ukuphila; kodwa ulaka lukaNkulunkulu luhlezi phezu kwakhe.


Okholwa yiyo akalahlwa, kepha ongakholwayo uselahliwe, ngokuba engakholwanga egameni leNdodana kaNkulunkulu ezelwe yodwa.


Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa; kodwa ongakholwayo uyakulahlwa.


Okholwa eNdodaneni kaNkulunkulu unobufakazi phakathi kwakhe; ngoba engakholwanga ubufakazi uNkulunkulu abufakazile ngeNdodana yakhe.


ukuze balahlwe bonke abangakholwanga iqiniso, kepha bejabulela ukungalungi.


Kodwa kule ndaba anikholwanga nguJehova uNkulunkulu wenu;


Yebo, balidelela izwe elihle, abakholwanga yizwi lakhe.


Nabo-ke, uma bengahlali ekungakholweni, bayakufakelwa, ngokuba uNkulunkulu unamandla okubuye abaxhume.


Xwayani, bazalwane, ukuba kungabikho kinina kini inhliziyo embi, engakholwayo, emhlubukisa uNkulunkulu ophilayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite