Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KumaHeberu 12:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 nokukhala kwecilongo, nokuzwakala kwamazwi; okuyizwi abalizwayo banxusa ukuba izwi lingaphinde likhulunywe kubo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 nasekukhaleni kwecilongo, nasekuzwakaleni kwamazwi, abathe ukukuzwa, bancenga ukuba kungabe kusakhulunywa izwi kubo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 nasekukhaleni kwecilongo, nasekuzwakaleni kwamazwi, abathe ukukuzwa, bancenga ukuba kungabe kusakhulunywa izwi kubo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 nokukhala kwecilongo, nokuzwakala kwamazwi; okuyizwi abalizwayo banxusa ukuba izwi lingaphinde likhulunywe kubo;

Gade chapit la Kopi




KumaHeberu 12:19
13 Referans Kwoze  

Njengakho konke owakufisayo ngosuku lwenhlangano yeNkosi uNkulunkulu wakho eHorebe ngokuthi: Mangingabuye ngizwe izwi likaJehova uNkulunkulu wami, futhi ngingabe ngisawubona lo mlilo omkhulu, Angifi.


Ngokuphazima kweso, ngokucwayiza kwelihlo, ekukhaleni kwecilongo lokugcina;


UJehova wakhuluma kini ephakathi komlilo; nezwa izwi lamazwi, kepha anibonanga mfanekiso; wena wezwa izwi kuphela.


Bake balizwa yini izwi likaNkulunkulu likhuluma liphakathi komlilo, njengalokho nina nizwile, baphile, na?


UJehova wathi kuMose: “Uzakusho kanje kubantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘Nibonile nina ukuthi ngikhulume kini ngisezulwini;


Ngokuba iNkosi uqobo iyakwehla ezulwini ngokumemeza, ngezwi lengelosi enkulu, nangecilongo likaNkulunkulu, nabafileyo kuKristu bayakuvuka kuqala;


Nasondela, nema phansi kwentaba; intaba yavutha umlilo waze wayongena phakathi kwezulu, inobumnyama, namafu, nesigayegaye.


Iyakuthuma izingelosi zayo ngokukhala okukhulu kwecilongo, ziqoqe abakhethiweyo bayo emimoyeni yomine, kusukela emkhawulweni omunye wezulu kuze kube komunye.


Qaphelani ukuthi ningamali okhulumayo. Ngokuba uma bengaphunyukanga abamala lowo owakhuluma emhlabeni, kakhulu kangakanani thina, uma simfulathela okhuluma esezulwini;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite