Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba sinentokozo enkulu nenduduzo othandweni lwakho, ngokuba izibilini zabangcwele zivuselelwe ngawe, mzalwane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 ngokuba nginokuthokoza okukhulu nenduduzo ngothando lwakho, ngokuba izinhliziyo zabangcwele zihlunyelelwe ngawe mzalwane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Uthando lwakho lwangithokozisa kakhulu futhi lwangigqugquzela, ngokuba izinhliziyo zabangcwele zivuselelekile ngawe mfowethu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngokuba sinentokozo enkulu nenduduzo othandweni lwakho, ngokuba izibilini zabangcwele zivuselelwe ngawe, mzalwane.

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:7
11 Referans Kwoze  

Ngakho saduduzeka ekududuzeni kwenu, yebo, sathokoza kakhulukazi ngentokozo kaThithu, ngoba umoya wakhe wavuselelwa yinina nonke.


Ngoba singambuyisela ngani uNkulunkulu ngani, ngentokozo yonke esithokoza ngayo ngenxa yenu phambi kukaNkulunkulu wethu?


Sikhulu isibindi sami ngani, ngizibonga kakhulu ngani; ngigcwele induduzo, ngithokoza kakhulu osizini lwethu lonke.


Yebo, mzalwane, mangijabule ngawe eNkosini; uvuselele izinhliziyo zami eNkosini.


Ngokuba liyini ithemba lethu, nokuthokoza, nomqhele wethu wokuzibonga na? Angithi nina phambi kweNkosi yethu uJesu Kristu ekufikeni kwayo na?


Ngijabule kakhulu ngokuba ngifumene kubantwana bakho behamba eqinisweni, njengalokho samukele umyalo kuBaba.


INkosi mayiphe umusa endlini ka-Onesiforu; ngokuba wangiqabula kaningi, akabanga namahloni ngamaketanga ami;


Ngalokho nathi siyambonga uNkulunkulu singaphezi, ngokuba, lapho namukela izwi likaNkulunkulu enalizwa ngathi, anilamukelanga njengezwi labantu, kodwa njengezwi likaNkulunkulu elisebenzayo ngokweqiniso. Nakini enikholwayo.


sikhumbula ngokungaphezi umsebenzi wenu wokholo, nomshikashika wothando, nokubekezela kwethemba eNkosini yethu uJesu Kristu phambi kukaNkulunkulu uBaba wethu;


Ngokuba bawuqabulile umoya wami nowenu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite