Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 mina Pawulu ngikuloba ngesandla sami, ngiyakukukhokha ukuba ngingaze ngisho kuwe ukuthi nawe unecala kimi elinguwe uqobo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Mina, Pawula, ngikulobele ngesandla sami, ngiyakukubuyisela, ukuze ngingasho kuwe ukuthi unecala kimi ngoba oyikho, uyikho ngami.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Mina Pawuli ngikulobile ngesami isandla, mina ngizakubuyisela;

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:19
14 Referans Kwoze  

Niyabona ukuthi uhlamvu olungakanani enginilobele ngalo ngesami isandla.


Bhekani, mina Pawulu ngithi kini: Uma nisokwa, uKristu akayikunisiza ngalutho.


Ngokuba noma ninabafundisi abayizinkulungwane eziyishumi kuKristu, nokho oyihlo ababaningi, ngokuba mina nganizala kuKristu Jesu ngevangeli.


kuThithu, indodana yami uqobo ngokokholo esiluhlanganisile: Makube umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba naseNkosini uJesu Kristu uMsindisi wethu.


kuThimothewu, indodana yami uqobo ekukholweni: Makube umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu noKristu Jesu iNkosi yethu.


Nina niyincwadi yethu elotshwe ezinhliziyweni zethu, eyaziwa ifundwa ngabantu bonke;


Mina ngiyakummela; uyakumbiza esandleni sami; uma ngingamlethi kuwe, ngimbeke phambi kwakho, ngiyakuba necala kuze kube phakade.


Mina Tertiyu, engilobe le ncwadi, ngiyakhonza kini eNkosini.


funa mhlawumbe uma abeMakedoniya beza kanye nami, banifumane ningakalungi, sijabhe thina (ukuba singasho nina) kulokhu kuziqhayisa ngakho.


Mina-ke Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKristu, mina engithobekile nxa ngikhona phakathi kwenu, kepha nxa ngingekho nginesibindi ngani;


Uma ekonile, noma enecala kuwe, kubalele mina lokho;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite