Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




KuFilemoni 1:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa ngaphandle kwakho kangiyikwenza lutho; ukuze inzuzo yakho ingabi njengengokucindezelwa, kodwa ngokuzithandela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kepha ngaphandle kokubona kwakho ngangingathandi ukwenza lutho, ukuze umusa wakho ungabi ngokucindezelwa, kodwa ube ngesihle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kepha angithandanga ukwenza utho ngaphandle kwemvume yakho, ukuze okuhle okwenzayo kungabi ngokuphoqwa, kodwa kube ngokuthanda kwakho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kodwa ngaphandle kwakho kangiyikwenza lutho; ukuze inzuzo yakho ingabi njengengokucindezelwa, kodwa ngokuzithandela.

Gade chapit la Kopi




KuFilemoni 1:14
10 Referans Kwoze  

Yilowo nalowo makenze njengokunquma kwakhe enhliziyweni yakhe; kungabi ngokudabuka, noma ngokucindezelwa, ngokuba uNkulunkulu uyamthanda umuphi onamileyo.


Ngiyazi futhi, Nkulunkulu wami, ukuthi uhlola inhliziyo futhi ujabulela ubuqotho. Mina-ke, ngobuqotho benhliziyo yami nganikela ngokuzithandela zonke lezi zinto; manje ngibonile ngokuthokoza abantu bakho abakhona lapha, bevuma ukuhlabela kuwe.


Ngakho-ke ngibone kudingekile ukuba ngikhuthaze abazalwane, ukuba bandulele ukuza kini, futhi balungise ngaphambili isipho senu enasiphawula ngaphambili, sona sibe silungisiwe, sibe njengesibusiso, kungabi njengesokuhaha.


Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


Kungesikho ukuthi sibusa ukholo lwenu, kodwa singabasizi bentokozo yenu, ngoba nimi ngokukholwa.


Ngokuba uma ngikwenza lokho ngokuzithandela, nginomvuzo;


Abantu bakho bayakuvuma ngosuku lwamandla akho, ebuhleni bobungcwele kwasesizalweni; unamazolo obusha bakho.


Ngubani ophuma impi ngezindleko zakhe na? Ngubani otshala isivini, angadli izithelo zaso, na? Ngubani owalusa umhlambi, angadli ubisi lomhlambi, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite