Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 9:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Base bemthuka, bathi: “Nguwe ongumfundi wakhe; kepha thina singabafundi bakaMose.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Bamthuka bathi: “Nguwe ongumfundi wakhe, kepha thina singabafundi bakaMose.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Bamthuka, bathi: “Nguwe ongumfundi walowo muntu, kodwa thina singabafundi bakaMose.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Base bemthuka, bathi: “Nguwe ongumfundi wakhe; kepha thina singabafundi bakaMose.

Gade chapit la Kopi




Johane 9:28
12 Referans Kwoze  

Bheka, wena ubizwa ngokuthi ungumJuda, weyame emthethweni, uzibonga ngoNkulunkulu;


owathi ethukwa, akaphindanga athuke; lapho ehlupheka, akasongelanga; kodwa wayezinikele kuye owahlulela ngokulunga.


Namasela, nabahahayo, nazidakwa, nazithuki, nabaphangi abayikulidla ifa lombuso kaNkulunkulu.


sikhandleka, sisebenza ngezethu izandla; sithi sizingelwa, sibekezelela;


Baphendula, bathi kuye: Wena wazalelwa ezonweni kanye, wena usifundisa yini? Basebemkhiphela phandle.


UMose akaninikanga yini umthetho, kepha akakho kini ogcina umthetho na? Nifuna ukungibulala ngani na?


Abadlulayo bamthuka, benikina amakhanda abo.


Nibusisiwe, nxa benithuka, benizingela, bekhuluma konke okubi ngani, beqamba amanga ngenxa yami.


Ngilaleleni nina enazi ukulunga, abantu abamthetho wami usezinhliziyweni zabo; Ningakwesabi ukuthukwa kwabantu, ningesabi ukuthuka kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite