Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 9:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Bathi kuye: “Avulwe kanjani amehlo akho na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Base bethi kuye: “Pho, amehlo akho avulwe kanjani na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Base bethi kuyo: “Pho amehlo akho avulwe kanjani na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Bathi kuye: “Avulwe kanjani amehlo akho na?

Gade chapit la Kopi




Johane 9:10
11 Referans Kwoze  

Kodwa omunye uyakuthi: Abafileyo bavuswa kanjani na? beza ngamuphi umzimba?


Base bephinda bathi kuye: “Wenzeni kuwe na? uwavule kanjani amehlo akho na?


Kodwa ukuthi usebona njani khathesi asazi; nokuthi ngubani ovule amehlo akhe, asazi; mbuze: uzakuzikhulumela yena.


Khona futhi nabaFarisi futhi bambuza ukuthi ukuthole kanjani ukubona. Wathi kubo: “Waninda udaka emehlweni ami, ngageza, sengiyabona.


UNikodima waphendula wathi kuye: Kungenzeka kanjani lokhu na?


Alale, avuke ubusuku nemini, imbewu ihlume, ikhule, yena engazi ukuthi kanjani.


Njengoba nje ungayazi indlela yomoya nokuthi akhula kanjani amathambo esibelethweni sokhulelweyo, kanjalo awuyazi imisebenzi kaNkulunkulu owenza zonke izinto.


Bambuza uBaruki, bathi: “Sitshele, uwalobe kanjani onke lawa mazwi aphuma emlonyeni wakhe na?”


Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.


Abanye bathi: Lo nguye; abanye bathi: Unjengaye; kodwa yena wathi: Nginguye.


Waphendula wathi: “Umuntu othiwa uJesu wenze udaka, wagcoba amehlo ami, wathi kimi: ‘Hamba echibini laseSilowama, ugeze;’ ngahamba ngageza, ngabona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite