Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bathi kuye: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe esoqotsheni lokuphinga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 bathi kuye: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe esoqotsheni lokuphinga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 bathi: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe oqotsheni, ephinga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Bathi kuye: “Mfundisi, lo wesifazane ubanjwe esoqotsheni lokuphinga.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:4
6 Referans Kwoze  

Khona uJosefa indoda yakhe, engumuntu olungileyo, engathandi ukumenza ihlazo, waqonda ukumala ngasese.


Ababhali nabaFarisi baletha kuye owesifazane obanjwe ephinga; sebemmise phakathi.


Emthethweni uMose wasiyala ukuba abanjalo bakhandwe ngamatshe; wena-ke uthini na?


Umuntu ophinga nomfazi wenye indoda, nalowo ophinga nomkamakhelwane wakhe, isiphingi nesiphingikazi bayakubulawa nokubulawa.


Uma indoda ifunyanwa ilala nowesifazane ogane indoda, bayakufa bobabili, indoda elale nowesifazane, kanye nowesifazane; khona-ke kumelwe ususe ububi kwa-Israyeli.


Umyeni wakhe wasukuma, wayilandela ukuze akhulume kahle nayo, wayibuyisa, nenceku yakhe kanye nayo nezimbongolo; yamngenisa endlini kayise; uyise womntwana eyibona, wathokoza ukuyihlangabeza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite