Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngiyazi ukuthi niyinzalo ka-Abrahama; kodwa nifuna ukungibulala, ngokuba izwi lami alinandawo kini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngiyazi ukuthi niyinzalo ka-Abrahama; kepha nifuna ukungibulala, ngokuba izwi lami lingenandawo kini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Ngiyazi ukuthi ningabolibo luka-Abhrahama, kodwa nifuna ukungibulala, ngokuba izwi lami alinandawo kini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Ngiyazi ukuthi niyinzalo ka-Abrahama; kodwa nifuna ukungibulala, ngokuba izwi lami alinandawo kini.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:37
22 Referans Kwoze  

Kepha umuntu wemvelo kakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye;


Futhi, ngokuba beyinzalo ka-Abrahama, bangabantwana bonke, kepha kuthiwa: ‘Inzalo yakho iyakubizwa ngo-Isaka.’


Emva kwalokho uJesu wahambahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, ngokuba abaJuda babefuna ukumbulala.


Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.


Madoda, bazalwane, bantwana bozalo lukaAbrahama, labo phakathi kwenu abamesabayo uNkulunkulu, ilizwi lale nsindiso lithunyelwe kini.


Aniqondi ngani ukukhuluma kwami na? ngoba anikwazi ukuzwa izwi lami.


Khona kusukela ngalolo suku benza icebo lokuba bambulale.


UMose akaninikanga yini umthetho, kepha akakho kini ogcina umthetho na? Nifuna ukungibulala ngani na?


AmaJuda abuye athatha amatshe ukuze amkhande.


Bakusho lokho bemlinga, ukuze babe nokumbeka icala. Kepha uJesu wakhothama, waloba ngomunwe emhlabathini, kungathi akezwanga.


Ngakho abanye kwabeJerusalema bathi: Lo kayisuye yini abafuna ukumbulala?


Ningakholwa kanjani nina enidumisa omunye komunye, ningaludingi udumo oluvela kuNkulunkulu yedwa na?


Ngoba inhliziyo yalababantu seyaba lukhuni, lendlebe zabo bezwa buthuntu, lamehlo abo bawacimezile; funa noma nini babone ngamehlo, bezwe ngezindlebe, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphulukise.


Bamphendula bathi: “Siyinzalo ka-Abrahama, asizange sibe yizigqila zamuntu; usho kanjani ukuthi: Niyakukhululwa na?


Ningacabangi ukusho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Uyihlo u-Abrahama wajabula kakhulu ngokubona usuku lwami, walubona, wajabula.


Ngililobele, bobaba, ngoba limazile yena okhona kusukela ekuqaleni. Nginilobele, zinsizwa, ngokuba ninamandla, nezwi likaNkulunkulu lihlezi kini, nimnqobile omubi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite