Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 AbaFarisi bezwa ixuku likhonona lezizinto ngaye; abaFarisi nabapristi abakhulu bathuma izikhonzi ukuba zimbambe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 AbaFarisi bezwa isixuku sikhonona ngalezo zinto ngaye; abapristi abakhulu nabaFarisi base bethuma izikhonzi ukuba zimbambe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 AbaFarisi bezwa isixuku sivungazela ngaye ngalokho; abaphristi abakhulu nabaFarisi base bethumela izinceku ukuba zimbophe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 AbaFarisi bezwa ixuku likhonona lezizinto ngaye; abaFarisi nabapristi abakhulu bathuma izikhonzi ukuba zimbambe.

Gade chapit la Kopi




Johane 7:32
13 Referans Kwoze  

Khona yahamba induna nezikhonzi, zabaletha kungengamandla, ngokuba besesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.


Khona uJudasi esethathe isigaba samabutho nezikhonzi kubapristi abakhulu nabaFarisi, wafika khona nezibani nezibani nezikhali.


AbaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho na? bheka, umhlaba uyamlandela.


Kodwa maye kini, babhali labaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu, ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukuba bangene.


USawule wathuma izithunywa ukumlanda uDavide; lapho bebona uquqaba lwabaprofethi beprofetha noSamuweli emi phezu kwabo, uMoya kaNkulunkulu waba phezu kwezithunywa zikaSawule, nazo zaprofetha.


Base bephuma abaFarisi, benza icebo ngaye lokuba bambhubhise.


Kepha uPetru wamlandela ekude kwaze kwaba segcekeni lompristi omkhulu, wangena, wahlala nezinceku ukuba abone isiphetho.


Base befuna ukumbamba, kepha akubangakho owambeka isandla, ngokuba isikhathi sakhe sasingakafiki.


Kepha abanye kubo basuka baya kubaFarisi, babatshela lokho akwenzile uJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite