Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Abaningi esixukwini bakholwa kuye, bathi: “Nxa uKristu esefikile, uyakwenza izibonakaliso eziningi kunalezi azenzileyo lona na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Kepha esixukwini abaningi bakholwa nguye, bathi: “UKristu, nxa esefikile, uyakwenza izibonakaliso eziningi kunalezo azenzileyo lona na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

31 Kepha abaningi esixukwini bakholwa nguye, bathi: “Ngabe uKhristu nxa esefikile uyakwenza izimangaliso eziningi ezedlula azenzileyo lo na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Abaningi esixukwini bakholwa kuye, bathi: “Nxa uKristu esefikile, uyakwenza izibonakaliso eziningi kunalezi azenzileyo lona na?

Gade chapit la Kopi




Johane 7:31
19 Referans Kwoze  

Nokho nabaningi bababusi bakholwa kuye; kodwa ngenxa yabaFarisi kabavumanga, hlezi baxotshwe esinagogeni;


Bamangala bonke abantu, bathi: “Lo akasiyo indodana kaDavide na?


Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.


Ngakho abaningi kubaJuda ababeze kuMariya bebona akwenzileyo uJesu bakholwa nguye.


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: Lo kaveli kuNkulunkulu, ngoba kagcini isabatha. Abanye bathi: Umuntu oyisoni angenza njani izibonakaliso ezinje? Kwaba khona ukuhlukana phakathi kwabo.


Ngokuba njengalokhu umzimba ngaphandle komoya ufile, kanjalo nokukholwa ngaphandle kwemisebenzi kufile.


ngokuba ngenxa yakhe abaningi babaJuda bamuka, bakholwa nguJesu.


Isixuku esikhulu samlandela, ngokuba sasibona izibonakaliso zakhe azenzayo kwabagulayo.


Abaningi kumaSamariya akulowo muzi bakholwa nguye ngezwi lowesifazane owafakaza ngokuthi: “Ungitshele konke engikwenzileyo.


Yena weza kuJesu ebusuku, wathi kuye: “Rabi, siyazi ukuthi ungumfundisi ovela kuNkulunkulu, ngokuba akakho ongenza lezi zibonakaliso ozenzayo wena, uma uNkulunkulu engenaye.


Lokho ukuqala kwezibonakaliso uJesu wakwenza eKhana laseGalile, ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa kuye.


Labasedwalani yilabo abathi, lapho belizwa, balamukele izwi ngokuthokoza; kepha laba kabanampande, abakholwa isikhashana, kuthi ngesikhathi sokulingwa bawa.


Wozani, libone umuntu, ongitshele konke engakwenzayo; lo kayisuye uKristu yini?


Kodwa khangela, ukhuluma ngesibindi, kodwa kabatsho lutho kuye. Ingabe ababusi bayazi ngempela ukuthi lo unguKristu?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite