Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uma umuntu amukela ukusoka ngesabatha ukuze kungeqiwa umthetho kaMose, pho, ningithukuthelela ngokuba ngaphulukisa umuntu ngokuphelele ngesabatha na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Uma umuntu emukela ukusoka ngeSabatha ukuze kungeqiwa umthetho kaMose, pho kungani ningithukuthelele ngokuba ngisindise umuntu ngeSabatha na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na?

Gade chapit la Kopi




Johane 7:23
9 Referans Kwoze  

Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na?


Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.


Ngakho anogcina isabatha; ngoba lingcwele kini; oyingcolisayo wobulawa nokubulawa; ngoba noma ubani owenza noma yimuphi umsebenzi kulo, lowo mphefumulo kumelwe unqunywe phakathi kwabantu bakubo.


Bheka, kwakukhona umuntu onesandla esishwabene. Bambuza-ke, bathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na? ukuze bambeke icala.


Base bethi abaJuda kophulukisiwe: Kuyisabatha;


UJesu waphendula wathi kubo: “Munye umsebenzi engiwenzile, niyamangala nonke.


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: Lo kaveli kuNkulunkulu, ngoba kagcini isabatha. Abanye bathi: Umuntu oyisoni angenza njani izibonakaliso ezinje? Kwaba khona ukuhlukana phakathi kwabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite