Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:64 - Contemporary Zulu Bible 2024

64 Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

64 Kepha bakhona abanye phakathi kwenu abangakholwa. Ngokuba uJesu wazi kwasekuqaleni ukuba ngobani abangakholwa nokuba ngubani ozakumkhaphela.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

64 Kepha bakhona abanye kini abangakholwayo.” UJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi ngobani abangakholwayo, nokuthi ngubani ozakumkhaphela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

64 Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:64
20 Referans Kwoze  

Kepha anikholwa, ngokuba anisibo abezimvu zami, njengalokho ngasho kini.


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Nokho isisekelo sikaNkulunkulu simi siqinile, sinalolu phawu: INkosi iyabazi abangabayo. Futhi, Wonke obiza ibizo likaKristu kadede ebubini.


Ngokuba labo ayebazi ngaphambili wabamisa ngaphambili bafane nomfanekiso weNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo phakathi kwabazalwane abaningi.


UJesu ekwazi phakathi kwakhe ukuthi abafundi bakhe bayakhonona ngalokho, wathi kubo: “Lokhu kuyanicasula na?


Kepha ngiyanazi ukuthi aninalo uthando lukaNkulunkulu phakathi kwenu.


Iyaziwa nguNkulunkulu yonke imisebenzi yakhe kwasekuqaleni kwezwe.


Kusukela ngaleso sikhathi abaningi babafundi bakhe babuyela emuva, ababe besahamba naye.


Kepha ngithe kini: Ningibonile nani, anikholwanga.


Kodwa lina kalimazi; kepha mina ngiyamazi; uma ngithi angimazi, ngiyoba ngumqambimanga njengani; kepha ngiyamazi, ngiyaligcina izwi lakhe.


Wathi kubo: “Nina ningabaphansi; Mina ngingowaphezulu; nina ningabakalumhlaba; mina angisiye owalumhlaba.


uSimoni umKhanani, noJudasi Iskariyothe owamkhaphelayo.


Ngakho abaningi kubafundi bakhe bekuzwa bathi: “Lilukhuni leli zwi; ngubani ongakuzwa na?


Ngakho uJesu ekwazi konke okuzakwehlela waphuma, wathi kubo: Lidinga bani?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite