Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Ngokuba isinkwa sikaNkulunkulu singuye owehla ezulwini, onika izwe ukuphila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Ngokuba isinkwa sikaNkulunkulu singuye owehla ezulwini, olipha izwe ukuphila.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Ngokuba isinkwa sikaNkulunkulu siyilowo owehla evela ezulwini, oliphayo izwe ukuphila.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Ngokuba isinkwa sikaNkulunkulu singuye owehla ezulwini, onika izwe ukuphila.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:33
13 Referans Kwoze  

Ngokuba amazwi onginike wona ngibanikile bona; futhi bawamukele, futhi bazi isibili ukuthi ngaphuma kuwe, futhi bakholwa ukuthi wena ungithumile.


UJesu wathi kubo: “Uma uNkulunkulu ebenguYihlo, beniyakungithanda mina, ngokuba mina ngaphuma ngivela kuNkulunkulu; futhi angizizelanga ngokwami, kodwa yena ungithumile.


Ngaphuma kuBaba, futhi ngizile emhlabeni;


Lesi yisinkwa esehla ezulwini, ukuba umuntu asidle, angafi.


Mina ngiyisinkwa sokuphila.


Ngoba ngehle ezulwini, kungeyisikho ukuthi ngenze intando yami, kodwa intando yalowo ongithumileyo.


Akakho nowenyukele ezulwini, kuphela yena owehla ezulwini, iNdodana yomuntu esezulwini.


Likholekile leli zwi, lifanele ukwamukelwa konke, ukuthi uKristu Jesu weza ezweni ukusindisa izoni; engiyinduna yabo.


UJesu ekwazi ukuthi uYise unikele zonke izinto esandleni sakhe, lokuthi uvela kuNkulunkulu, njalo uye kuNkulunkulu;


UJesu wayesethi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: UMose akaninikanga leso sinkwa esivela ezulwini; kodwa uBaba unipha isinkwa soqobo esivela ezulwini.


AmaJuda akhonona ngaye, ngokuba wathi: “Mina ngiyisinkwa esehla ezulwini.


Leso yisinkwa esehla ezulwini, kungenjengalokho oyihlo badla imana, bafa; odla lesi sinkwa uyakuphila phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite