Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wahle wasinda umuntu, wathatha uhlaka lwakhe, wahamba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesephila masinyane lowo muntu, wathabatha uhlaka lwakhe, wahamba. Kwakuyisabatha ngalolo suku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Umuntu wasinda ngaleso sikhathi, wayesethatha uhlaka lwakhe, wahamba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wahle wasinda umuntu, wathatha uhlaka lwakhe, wahamba.

Gade chapit la Kopi




Johane 5:9
15 Referans Kwoze  

Kwakuyisabatha mhla uJesu enza udaka, evula amehlo akhe.


UJesu wathi kuye: “Hamba; ukukholwa kwakho kukusindisile. Yahle yabona, yamlandela uJesu endleleni.


Njalo wahle woma umthombo wegazi lakhe; wezwa emzimbeni ukuthi uphulukisiwe kuleso sifo.


Esakhuluma, basuka masinyane uchoko kuye, wahlanjululwa.


Wasondela, wambamba ngesandla, wamsukumisa; umkhuhlane wamyeka masinyane, wabakhonza.


Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na?


Ngasemuva uJesu wamfumana ethempelini, wathi kuye: “Bheka, ususindile;


Khona oyisishosha uyakugxuma njengendluzele, nolimi lwesimungulu luyakuhuba, ngokuba kuyakubhoboka amanzi ogwadule, nemifudlana ehlane.


Usho kanje uJehova, uthi: Ziqapheleni nina, ningathwali mthwalo ngosuku lwesabatha, ningawungenisi ngamasango aseJerusalema;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite