Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 UJesu embona elele, azi ukuthi wayesenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UJesu embona elele, azi ukuthi usenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 UJesu embona elele lapho, futhi azi ukuthi sekuyisikhathi eside egula, wathi kuye: “Uyathanda yini ukusinda na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 UJesu embona elele, azi ukuthi wayesenesikhathi eside enjalo, wathi kuye: “Uyathanda ukusinda na?

Gade chapit la Kopi




Johane 5:6
9 Referans Kwoze  

Ngokuba asinaye umpristi omkhulu ongenakuzwelana nobuthakathaka bethu; kodwa walingwa kukho konke njengathi, kodwa engenasono.


Esithi: Uthanda ukuthi ngenzeni kuwe? Wasesithi: Nkosi, ukuze ngibone.


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Wathi kuye ngokwesithathu: Simoni kaJona, uyangithanda na? UPetru wadabuka ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: Uyangithanda na? Wathi kuye: “Nkosi, wazi zonke izinto wena; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. UJesu wathi kuye: Dlisa izimvu zami.


Ngifunwa yilabo abangangicelanga; Ngatholwa yilabo ababengangifuni; ngathi: Bheka, ngingowesizwe igama lami elingabizwanga phezu kwaso.


Lapho umoya wami udangala phakathi kwami, wena wayazi indlela yami. Endleleni engangihamba ngayo bangibekela ugibe ngasese.


Ngikubonile ukuphinga kwakho ngakuhlupha, isenzo esiyihlazo sobufebe bakho nezinengiso zakho emagqumeni asendle. Maye kuwe Jerusalema! aniyikuhlanjululwa na? kuyoke kube nini?


Kwakukhona lapho umuntu othile owayesegule iminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili.


Ogulayo wamphendula wathi: Nkosi, kangilamuntu ongangifaka echibini, nxa amanzi ezanyanyiswa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite