Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Ningacabangi ukuthi ngiyakunimangalela kuBaba; ukhona onimangalelayo, uMose enimethembayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 “Ningacabangi ukuthi ngiyakunimangalela kuBaba; ukhona onimangalelayo, uMose enithemba kuye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 “Ningacabangi ukuthi ngiyonimangalela kuBaba, kukhona oyedwa onimangalelayo, nguMose lo enethembele kuye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Ningacabangi ukuthi ngiyakunimangalela kuBaba; ukhona onimangalelayo, uMose enimethembayo.

Gade chapit la Kopi




Johane 5:45
14 Referans Kwoze  

Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangahlali kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho, ukuba bakwenze.


Ngokuba bonke abonile bengenamthetho, bayakubhubha kanjalo bengenamthetho;


UMose akaninikanga yini umthetho, kepha akakho kini ogcina umthetho na? Nifuna ukungibulala ngani na?


Labo abakuzwayo belahlwa ngunembeza wabo, baphuma ngamunye ngamunye, beqalela kwabadala kwaze kwaba kwabokugcina; uJesu wasala yedwa, nowesifazane emi phakathi.


U-Abrahama wathi kuye: “BanoMose nabaprofethi; mabezwe.


Ongalayo, engawamukeli amazwi ami, unomahlulelayo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite