Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Owaphulukisiweyo wayengazi ukuthi ungubani, ngokuba uJesu wayesesukile, kukhona isixuku kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha ophilisiweyo wayengazi ukuthi ungubani, ngokuba uJesu wayemukile lapho, kukhona isixuku kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kepha owayephilisiwe wayengazi ukuthi ungubani, ngokuba uJesu wayemonyukile, lokhu kwakukhona isixuku kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Owaphulukisiweyo wayengazi ukuthi ungubani, ngokuba uJesu wayesesukile, kukhona isixuku kuleyo ndawo.

Gade chapit la Kopi




Johane 5:13
6 Referans Kwoze  

Asevuleka amehlo abo, bamazi; wasenyamalala emehlweni abo.


Kodwa yena edabula phakathi kwabo wahamba.


UJesu wathi kuye: “Isikhathi esingaka nginani, awukangazi, Filiphu na? ongibonile mina umbonile uBaba; usho kanjani-ke ukuthi: Sibonise uYihlo na?


Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.


Base bembuza bathi: “Ngubani lowo othe kuwe: ‘Thabatha uhlaka lwakho, uhambe?


Ngasemuva uJesu wamfumana ethempelini, wathi kuye: “Bheka, ususindile;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite