Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Owesifazane waseSamariya wathi kuye: “Kungani wena ungumJuda ucela ukuphuziswa yimi engingowesifazane waseSamariya na? ngoba amaJuda kawadlelani lamaSamariya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Khona owesifazane waseSamariya wathi kuye: “Yini ukuba wena ongumJuda ucele ukuphuziswa yimi engingowesifazane waseSamariya na?” Ngokuba abaJuda abadlelani namaSamariya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Owesifazane waseSamariya waphendula, wathi: “Kungenzeka kanjani ukuba Wena ungumJuda, ucele kimi engingowesifazane waseSamariya ukuba ngikuphuzise na?” Phela abaJuda abadlelani namaSamariya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Owesifazane waseSamariya wathi kuye: “Kungani wena ungumJuda ucela ukuphuziswa yimi engingowesifazane waseSamariya na? ngoba amaJuda kawadlelani lamaSamariya.

Gade chapit la Kopi




Johane 4:9
12 Referans Kwoze  

Wathi kubo: Niyazi ukuthi akuvunyelwe ukuba umuntu ongumJuda ahlangane noma eze kowesinye isizwe; kodwa uNkulunkulu ungibonisile ukuthi ngingabizi muntu ngokuthi ungcolile noma ungcolile.


Base bephendula abaJuda, bathi kuye: “Asisho kahle ukuthi wena ungumSamariya nokuthi unedemoni na?


Laba abayishumi nambili uJesu wabathuma, wabayala wathi: “Ningayi endleleni yabezizwe, ningangeni emzini wamaSamariya;


Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.


Ngalokho bafika abafundi bakhe, bamangala ngokuba ekhuluma nowesifazane; kumbe: Ukhulumelani laye?


Empa Mosamaria e mong ya neng a eta, a fihla moo a neng a le teng, mme ha a mmona, a mo utlwela bohloko.


Ngakho thumela eJopha, ubize uSimoni othiwa uPetro; ungenisile endlini kaSimoni umtshuki wezikhumba ngaselwandle;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite