Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 21:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngiqinisile, ngiqinisile, ngithi kuwe: Usemusha, wawuzibhinca, uhambe lapho owawuthanda khona; hhayi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Usemusha wawugqoka, uhambe lapho uthanda khona; kepha nxa usumdala, uyakwelula izandla zakho, omunye akugqokise, akuyise lapho ungathandi khona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: usemusha wawugqoka, uhambe lapho uthanda khona, kodwa uma usumdala, uyakwelula izandla zakho, omunye akugqokise, futhi akuyise lapho ungathandi khona.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngiqinisile, ngiqinisile, ngithi kuwe: Usemusha, wawuzibhinca, uhambe lapho owawuthanda khona; hhayi.

Gade chapit la Kopi




Johane 21:18
8 Referans Kwoze  

USimoni Petru wathi kuye: “Nkosi, uya ngaphi na? UJesu wamphendula wathi: Lapho ngiya khona, ungengilandele kalokhu; kepha uyakungilandela ngasemuva.


Kwathi esefikile kithi, wathatha ibhande likaPawuli, wazibopha izandla lenyawo, wathi: Utsho njalo uMoya oNgcwele, ngokunjalo abaJuda eJerusalema bazabopha indoda ephethe lelibhanti, njalo bazamnikela ejele izandla zabezizwe.


Ngokuba thina esikuleli dokodo siyabubula sisindwa;


Zibusisiwe lezozinceku, okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile;


Wathi kuye ngokwesithathu: Simoni kaJona, uyangithanda na? UPetru wadabuka ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: Uyangithanda na? Wathi kuye: “Nkosi, wazi zonke izinto wena; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. UJesu wathi kuye: Dlisa izimvu zami.


Wakukhuluma lokho ekhomba ukufa okungako ayeyakukhazimulisa ngakho uNkulunkulu. Eseshilo lokho wathi kuye: “Ngilandele.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite