Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 20:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Eseshilo lokho waphenduka, wabona uJesu emi, kepha wayengazi ukuthi nguJesu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Eseshilo lokho waphenduka, wabona uJesu emi, kepha wayengazi ukuthi nguJesu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Esekushilo lokho waphenduka, wabona uJesu emile, kodwa wayengazi ukuthi nguJesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Eseshilo lokho waphenduka, wabona uJesu emi, kepha wayengazi ukuthi nguJesu.

Gade chapit la Kopi




Johane 20:14
10 Referans Kwoze  

Kepha sekusile, uJesu wema ogwini, kepha abafundi babengazi ukuthi nguJesu.


Kodwa amehlo abo ayebanjiwe ukuthi bangamazi.


Kwathi uJesu esevukile ekuseni ngolokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena, ayekhuphe kuye amadimoni ayisikhombisa.


Kwathi besaya ukubikela abafundi bakhe, bheka, uJesu wabahlangabeza, wathi: “Sanibona! Base besondela, bambamba izinyawo, bakhuleka kuye.


Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.


Asevuleka amehlo abo, bamazi; wasenyamalala emehlweni abo.


Emva kwalokho wabonakala ngesinye isimo kwababili kubo behamba beya emaphandleni.


Kodwa yena edabula phakathi kwabo wahamba.


UJosefa wabazi abafowabo, kepha bona abamazanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite