Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Ngakho base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha njengesiko labaJuda lokumbela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni, basigquma ngamakha njengokosiko lwabaJuda lokungcwaba.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:40
9 Referans Kwoze  

Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.


Zase zisukuma izinsizwa, zambopha, zamkhiphela phandle, zammbela.


Khona uPetru wasuka, wagijimela ethuneni; wakhothama, wabona izindwangu zelineni zikhona zodwa;


Ngokuba ngokuthela lawa mafutha emzimbeni wami, ukwenzele ukungcwatshwa kwami.


UJosefa wayala izinceku zakhe, inyanga, ukuba zigqumise uyise ngomzimba;


Bammbela emathuneni akhe ayemenzele wona emzini kaDavide, bamlalisa embhedeni ogcwele iziqholo nezinhlobo zonke zamakha alungiselwe ubuciko babathaki; futhi bamenzela umlilo omkhulu kakhulu.


Wenze abengakwenza; useze wagcobela umzimba wami ukungcwatshwa.


Khona uJesu wathi: “Myekeni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite