Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Emva kwalokho uJosefa wase-Arimathiya, engumfundi kaJesu, kodwa ekusithekeni ngokwesaba abaJuda, wacela kuPilatu ukuba asuse isidumbu sikaJesu; uPilatu wamvumela. Ngakho weza wathatha isidumbu sikaJesu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Emva kwalokho uJosefa wase-Arimatheya, engumfundi kaJesu kepha ekufihla ngokwesaba abaJuda, wacela kuPilatu ukuba asuse isidumbu sikaJesu; uPilatu wavuma-ke. Wayesefika, wasisusa isidumbu sikaJesu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Kuthe sekwenzekile lokho, uJosefa wase-Arimatheya, owayengomunye wabafundi bakaJesu owayengazivezi ngenxa yokwesaba abaJuda, wahamba wayocela ukuba asisuse isidumbu sikaJesu. UPilatu wamvumela, wayesehamba, wasisusa isidumbu sikaJesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Emva kwalokho uJosefa wase-Arimathiya, engumfundi kaJesu, kodwa ekusithekeni ngokwesaba abaJuda, wacela kuPilatu ukuba asuse isidumbu sikaJesu; uPilatu wamvumela. Ngakho weza wathatha isidumbu sikaJesu.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:38
9 Referans Kwoze  

Ukwesaba abantu kuveza ugibe; kepha owethemba uJehova uyakusindiswa.


Abazalwane abaningi eNkosini, beqiniseka ngezibopho zami, banesibindi esikhulu kakhulu sokukhuluma izwi ngokungesabi.


Kepha kwakungekho muntu owakhuluma ngaye obala ngokwesaba abaJuda.


Nokho nabaningi bababusi bakholwa kuye; kodwa ngenxa yabaFarisi kabavumanga, hlezi baxotshwe esinagogeni;


Abazali bakhe bakusho lokho, ngokuba besaba abaJuda, ngokuba abaJuda base bevumelene ngokuthi, uma umuntu ovuma ukuthi unguKristu, akhishwe esinagogeni.


Sebefeze konke okwakulotshiwe ngaye, bamehlisa esihlahleni, bambeka ethuneni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite