Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wasesithi kumfundi: Khangela unyoko! Kusukela kuleso sikhathi lowo mfundi wamthatha wamyisa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela kuleso sikhathi umfundi lowo wamyisa kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela ngaleso sikhathi, lowo mfundi wamthatha uMariya, wamnakekela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Wasesithi kumfundi: Khangela unyoko! Kusukela kuleso sikhathi lowo mfundi wamthatha wamyisa kwakhe.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:27
11 Referans Kwoze  

Bhekani, isikhathi siyeza, yebo, sesifikile, sokuba nihlakazeke, kube yilowo nalowo aye kowabo, ningishiye ngedwa; nokho angingedwa, ngokuba uBaba unami.


Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga.


Manje akunina ongithume lapha, kodwa uNkulunkulu; wangimisa ngaba nguyise kuFaro, nombusi wendlu yakhe yonke, nombusi ezweni lonke laseGibithe.


Wasethalaza ababehlezi bemphahlile, wathi: Khangelani umama labafowethu.


Inkosi iyakuphendula, ithi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Njengoba nikwenzile komunye walaba bafowethu abancane, nikwenzile nakimi.


UJosefa wondla uyise nabafowabo nendlu yakhe yonke ngesinkwa ngokwezizukulwane zabo.


UPetro wasesithi: Khangela, thina sitshiye konke, sakulandela.


Kwathi sesivalelisane, sangena emkhunjini; babuyela ekhaya futhi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite