Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina, nodadewabo kanina, noMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina kanye nodadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Ngasesiphambanweni sikaJesu kwakumi unina, udadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina, nodadewabo kanina, noMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:25
10 Referans Kwoze  

Bonke abazana naye, nabesifazane ababemlandela bevela eGalile, bema kude, bebuka lezo zinto.


Ngolokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni.


Omunye wabo, ogama lakhe linguKleyophase, waphendula wathi kuye: “Ingabe nguwe wedwa umfokazi eJerusalema, ongakwaziyo okwenzekileyo khona ngalezi zinsuku na?


Nabesifazane abathile, ababephulukiswe kubomoya ababi nasezifweni, uMariya othiwa Magdalena, okwaphuma kuye amademoni ayisikhombisa.


(Yebo, nowakho inkemba iyakudabula umphefumulo wakho), ukuze kwambulwe imicabango yezinhliziyo eziningi.


Kwathi uJesu esevukile ekuseni ngolokuqala lweviki, wabonakala kuqala kuMariya Magdalena, ayekhuphe kuye amadimoni ayisikhombisa.


Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite