Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kwakulilungiselelo lephasika, kwakungaba yihora lesithupha; wayesethi kubaJuda: “Bhekani inkosi yenu!

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kwakungolokulungisela iPhasika kungathi ihora lesithupha. Wathi kubaJuda: “Bhekani inkosi yenu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Kwakulusuku lokulungiselela iPhasika, cishe sekuyihora lesithupha. UPilatu wathi kubaJuda: “Nansi-ke, inkosi yenu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kwakulilungiselelo lephasika, kwakungaba yihora lesithupha; wayesethi kubaJuda: “Bhekani inkosi yenu!

Gade chapit la Kopi




Johane 19:14
12 Referans Kwoze  

Kwathi ngangomuso, olulandela usuku lokulungisela, abapristi abakhulu nabaFarisi babuthana kuPilatu;


Khona waphuma uJesu, ethwele umqhele wameva, nengubo ebubende; UPilatu wasesithi kubo: Khangelani umuntu!


Ngakho bamlalisa lapho uJesu ngenxa yosuku lokuLungiselela lwabaJuda; ngoba ithuna laliseduze.


Kwakuyihora lesithathu bambethela esiphambanweni.


Athi: Bayede, Nkosi yabaJuda! bamshaya ngezandla.


Ngalolo suku kwakuwukulungiselela, nesabatha lase lisondela.


Manje sekuhlwile, ngoba kwakulilungiselelo, okungukuthi, usuku olwandulela isabatha.


Kusukela ngehora lesithupha kwaba mnyama emhlabeni wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.


Kwathi kungaba yihora lesithupha, kwaba khona ubumnyama phezu komhlaba wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite