Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 18:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kepha uKayafase nguye owayala abaJuda ukuthi kubalungele ukuba umuntu oyedwa afele abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UKayafase kambe nguye owaluleka abaJuda ngokuthi kubalungele ukuba kufe umuntu abe munye ngenxa yesizwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Phela uKhayifase nguyena owaluleka abaJuda ngokuthi kungcono ukuba umuntu oyedwa afele abantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Kepha uKayafase nguye owayala abaJuda ukuthi kubalungele ukuba umuntu oyedwa afele abantu.

Gade chapit la Kopi




Johane 18:14
4 Referans Kwoze  

Khona babuthana abapristi abakhulu, nababhali, namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase;


Kwathi sesidlulile isikhathi eside, lokuhamba ngomkhumbi sekuyingozi, ngoba ukuzila ukudla kwasekudlulile, uPawuli wabalaya;


Kwathi ngenxa yokuthi itheku lalingekuhle ukuhlala ebusika kulo, abanengi bacebisana nokuthi kusuke lapho, ukuba mhlawumbe bafike eFenike, balale khona ubusika; eliyitheku laseKrethe, elibheke eningizimu-ntshonalanga nasenyakatho-ntshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite