Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 17:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Angiceleli laba bodwa, kodwa nalabo abayakukholwa yimi ngezwi labo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Angiceleli laba bodwa kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 “Angiceleli laba bodwa, kepha nalabo abakholwa yimi ngezwi labo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Angiceleli laba bodwa, kodwa nalabo abayakukholwa yimi ngezwi labo;

Gade chapit la Kopi




Johane 17:20
10 Referans Kwoze  

Khona abalamukele izwi lakhe ngokuthokoza babhapathizwa, kwenezelwa ngalona lolosuku abantu abangaba yizinkulungwane ezintathu.


Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda wawungathi izinkulungwane ezinhlanu.


Wapha abanye ukuthi babe ngabaphostoli; labanye abaprofethi; labanye, abavangeli; labanye bangabelusi labafundisi;


Kodwa khathesi isibonakalisiwe, langemibhalo yabaprofethi, ngokomlayo kaNkulunkulu ophakade wenziwe waziwa ezizweni zonke ukuze balalele ngokukholwa;


kuThimothewu, indodana yami ethandekayo: Makube umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu iNkosi yethu.


Nezinye izimvu nginazo ezingesizo ezalesi sibaya; nalezo ngimelwe ukuziletha, ziyakuzwa izwi lami; futhi kuyoba mhlambi munye, nomalusi oyedwa.


Nangenxa yabo ngiyazingcwelisa, ukuze nabo bangcweliswe ngeqiniso.


ukuze bonke babe munye; njengalokhu wena, Baba, ukimi, nami ngikuwe, ukuze nabo babe munye kithi, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite