Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 13:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 wasuka ekudleni, wabeka izingubo zakhe, wathabatha indwangu, wakhwica.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wasukuma esidlweni, wabeka izingubo zakhe, wathatha ithawula, walibopha okhalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.

Gade chapit la Kopi




Johane 13:4
9 Referans Kwoze  

Ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu Kristu, ukuthi nakuba ecebile waba mpofu ngenxa yenu, ukuze ngobumpofu bakhe nina nicebe.


Ngokuba yimuphi omkhulu, ohlezi ekudleni noma okhonzayo? Akusiye ohlezi ekudleni na? kodwa mina ngiphakathi kwenu njengokhonzayo.


Zibusisiwe lezozinceku, okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile;


“Ngumuphi kini onenceku elimayo noma eyelusa izinkomo oyakuthi kuyo masinyane ibuya ensimini: ‘Hamba uhlale phansi, udle?’


Kepha uJehoshafati wathi: “Akukho mprofethi kaJehova lapha ukuba sibuze uJehova ngaye na?” Yaphendula enye yezinceku zenkosi yakwa-Israyeli, yathi: “Nangu u-Elisha indodana kaShafati owathela amanzi esandleni sika-Eliya.


Futhi kayikutsho kuye ukuthi: Lungisa engizakudla ngakho, ubhince, ungikhonze, ngize ngidle, ngidathe; andukuba udle, uphuze na?


Esezigezile izinyawo zabo, wathatha izembatho zakhe, wabuye wahlala phansi, wathi kubo: Niyakwazi yini engikwenzile kini?


Ngoba yilo umlayezo enawuzwa kusukela ekuqaleni, ukuthi sithandane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite