Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Kodwa lanxa wayenze izibonakaliso ezingaka phambi kwabo, kabakholwanga kuye;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Kepha noma ebezenzile izibonakaliso ezingaka phambi kwabo, abakholwanga nguye

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Nakuba ayezenzile izibonakaliso eziningi, bezibonela ngawabo, kodwa abakholwanga kuye,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Kodwa lanxa wayenze izibonakaliso ezingaka phambi kwabo, kabakholwanga kuye;

Gade chapit la Kopi




Johane 12:37
9 Referans Kwoze  

Wasesithi kuso: Uba bengalaleli uMozisi labaprofethi, kabayikuvunyiswa, loba kuvuka omunye kwabafileyo.


Uma bengingenzanga phakathi kwabo imisebenzi engenziwanga muntu, ngabe bebengenasono;


Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga.


Mina bengisazi ukuthi uyangizwa njalo, kodwa ngenxa yexuku elibemi khona ngitshilo, ukuze bakholwe ukuthi wena ungithumile.


Khona waqala ukusola imizi okwakwenziwe kuyo iningi lemisebenzi yakhe yamandla, ngokuba ingaphendukanga;


Lokho ukuqala kwezibonakaliso uJesu wakwenza eKhana laseGalile, ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa kuye.


Isixuku esikhulu samlandela, ngokuba sasibona izibonakaliso zakhe azenzayo kwabagulayo.


Nisenokukhanya kholwani ngukukhanya, ukuze nibe ngabantwana bokukhanya. UJesu wakhuluma lokho, wamuka, wacasha kubo.


ukuze kugcwaliseke izwi lika-Isaya umprofethi, alishoyo ukuthi: “Nkosi, ngubani okholwe umbiko wethu na? Nengalo yeNkosi yambulelwe bani na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite