Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Bamenzela khona isidlo sakusihlwa; uMarta wayekhonza; kepha uLazaru wayengomunye wababehlezi naye ekudleni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Base bemenzela ukudla khona; uMarta wayephaka, kepha uLazaru wayengomunye wababehlezi ekudleni naye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Bamenzela ukudla lapho. UMartha waphaka. ULazaru wayengomunye wababehlezi esidlweni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Bamenzela khona isidlo sakusihlwa; uMarta wayekhonza; kepha uLazaru wayengomunye wababehlezi naye ekudleni.

Gade chapit la Kopi




Johane 12:2
12 Referans Kwoze  

Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.


Ngokuba yimuphi omkhulu, ohlezi ekudleni noma okhonzayo? Akusiye ohlezi ekudleni na? kodwa mina ngiphakathi kwenu njengokhonzayo.


Kwathi eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko, ehlezi ekudleni, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabaste wamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu; wahlephula umfuma, wamthela ngawo ekhanda.


Wayesethi nakumemileyo: “Nxa usenza isidlo sakusihlwa noma sakusihlwa, ungabizi abangane bakho, nabafowenu, noma izihlobo zakho, noma omakhelwane bakho abanothile; funa nabo babuye bakumeme, kube nembuyiselo kuwe.


Zibusisiwe lezozinceku, okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile;


ULevi wamenzela idili elikhulu endlini yakhe, kwakukhona isixuku esikhulu sabathelisi nabanye ababehlezi nabo ekudleni.


Kwathi uJesu eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko.


Vuka, moya wasenyakatho! woza wena ningizimu! phephetha phezu kwensimu yami, ukuze amakha ayo aphume. Othandiweyo wami makangene ensimini yakhe, adle isithelo sakhe esimnandi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite