Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngakho isixuku esasinaye lapho ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngakho safakaza isixuku esasinaye, lapho ebiza uLazaru aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Ngakho-ke isixuku esasinaye ngesikhathi ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngakho isixuku esasinaye lapho ebiza uLazaru ukuba aphume ethuneni, emvusa kwabafileyo, safakaza.

Gade chapit la Kopi




Johane 12:17
17 Referans Kwoze  

Owafakaza ngezwi likaNkulunkulu, nobufakazi bukaJesu Kristu, nangazo zonke izinto azibonayo.


Thina singabafakazi bakhe balezizinto; kanjalo noMoya oNgcwele, uNkulunkulu amnike abamlalelayo.


kusukela ekubhapathizweni kukaJohane kuze kube lusuku akhushulwa ngalo kithina, kufanele ukuthi kube khona omunye abe ngufakazi kanye nathi wokuvuka kwakhe.


Lowo obonileyo ufakazile, nobufakazi bakhe buqinisile, naye uyazi ukuthi ukhuluma iqiniso, ukuze nani nikholwe.


Ngakho ixuku elikhulu labaJuda lakwazi ukuthi ulapho, laselisiza kungengenxa kaJesu kuphela, kodwa lokuthi libone loLazaro ayemvuse kwabafileyo.


Nguye lo umfundi ofakaza ngalezi zinto, nezilobile lezizinto; siyazi ukuthi ubufakazi bakhe buqinisile.


Mina bengisazi ukuthi uyangizwa njalo, kodwa ngenxa yexuku elibemi khona ngitshilo, ukuze bakholwe ukuthi wena ungithumile.


AmaJuda ayenaye endlini emduduza, ebona uMariya esukuma masinyane waphuma, amlandela, ethi: “Uya ethuneni ukuyokhala khona.


Mina ngibonile, ngafakaza ukuthi lo uyiNdodana kaNkulunkulu.


UJohane wafakaza wathi: “Ngabona uMoya ehla ezulwini njengejuba, wahlala phezu kwakhe.


Lokhu kungubufakazi bukaJohane mhla abaJuda bethuma abapristi namaLevi bephuma eJerusalema ukuba bambuze ukuthi: “Wena ungubani na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite