Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJesu waphendula wathi: Kawakho yini amahola alitshumi lambili emini? Uma umuntu ehamba emini, akakhubeki, ngokuba ubona ukukhanya kwaleli zwe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJesu waphendula wathi: “Awakho yini amahora ayishumi nambili emini na? Uma umuntu ehamba emini, akakhubeki, ngokuba ubona ukukhanya kwaleli zwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UJesu waphendula, wathi: “Imini ayinawo yini amahora ali-12 na? Uma umuntu ehamba emini akakhubeki, ngokuba ubona ukukhanya kwaleli lizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 UJesu waphendula wathi: Kawakho yini amahola alitshumi lambili emini? Uma umuntu ehamba emini, akakhubeki, ngokuba ubona ukukhanya kwaleli zwe.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:9
7 Referans Kwoze  

Ngimelwe ukusebenza imisebenzi yongithumileyo kusesemini;


UJesu wayesethi kubo: “Kuseyisikhashana ukukhanya kukini. Hambani nisenokukhanya, funa ubumnyama bunifikele, ngokuba ohamba ebumnyameni akazi lapho eya khona.


Bayofika bekhala, futhi ngiyobahola ngokunxusa; Ngiyakubahambisa emifuleni yamanzi endleleni eqondileyo, abangayikukhubeka kuyo; ngoba nginguyise ka-Israyeli, futhi u-Efrayimi uyizibulo lami.


Khona-ke uyakuhamba endleleni yakho ngokulondeka, unyawo lwakho lungakhubeki.


Kepha uma umuntu ehamba ebusuku, uyakhubeka, ngokuba akukho ukukhanya kuye.


Lowo othanda umzalwane wakhe uhlala ekukhanyeni, njalo kakulasikhubekiso kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite