Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:26 - Contemporary Zulu Bible 2024

26 Nalowo ophilayo ekholwa yimi kasoze afa naphakade. Uyakukholwa lokhu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Nalowo ophila, akholwe yimi, kasoze afa naphakade. Uyakholwa yilokho na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 nalowo ophilayo, akholwe yimi, akasoze afa nanini. Uyakukholwa yilokho na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Nalowo ophilayo ekholwa yimi kasoze afa naphakade. Uyakukholwa lokhu na?

Gade chapit la Kopi




Johane 11:26
15 Referans Kwoze  

Mina ngizinika ukuphila okuphakade; azisoze zabhubha naphakade, akakho ongazihlwitha esandleni sami.


Ngokuba uma niphila ngokwenyama, nizakufa; kepha uma nibulala imisebenzi yomzimba ngoMoya, nizakuphila.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ozwa izwi lami, akholwe ngongithumileyo, unokuphila okuphakade, akayi ekwahlulelweni; kodwa wedlulile ekufeni wangena ekuphileni.


Kawukholwa yini ukuthi mina ngikuBaba, loBaba ukimi? amazwi engiwakhuluma kini angiwakhulumi ngokwami, kepha uBaba ohlezi kimi, nguyena owenza imisebenzi.


Kepha lowo ophuza amanzi engiyakumnika wona kasayikoma naphakade; kodwa amanzi engizamnika wona azakuba kuye umthombo wamanzi aphuphumayo empilweni elaphakade.


Esengene endlini, izimpumputhe zeza kuye; uJesu wathi kuzo: “Niyakholwa ukuthi ngingakwenza lokhu na? Basebesithi kuye: Yebo, Nkosi.


UJesu wezwa ukuthi bamkhiphele ngaphandle; kwathi esemtholile wathi kuye: Wena uyakholwa yini eNdodaneni kaNkulunkulu?


UJesu wathi kuye: “Uma ukholwa, zonke izinto zingenzeka kokholwayo.


Uthi ngingecele kuBaba ukuthi anginike manje amalegiyona ezingelosi angaphezu kweshumi nambili na?


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi unokuphila okuphakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite