Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 UMarta wayesethi kuJesu: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Wayesethi uMarta kuJesu: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 UMartha wathi kuJesu: “Nkosi, ukuba ubukhona, umfowethu ngabe akafanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 UMarta wayesethi kuJesu: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:21
12 Referans Kwoze  

Kwathi uMariya efika lapho uJesu ekhona, embona, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi kuye: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.


Esakhuluma lokho kubo, bheka, kwafika umbusi othile, wakhuleka kuye, wathi: “Indodakazi yami isishonile;


Wathi ku-Eliya: “Nginamsebenzi muni nawe muntu kaNkulunkulu na? uyeza kimi ukuze ukhumbule isono sami futhi ubulale indodana yami?


Abanye kubo bathi: “Lo owavula amehlo empumputhe ubengekwenze yini ukuba nalo angafi na?


Yebo, bakhuluma kabi ngoNkulunkulu; bathi: UNkulunkulu angadeka itafula ehlane na?


Yebo, baphenduka futhi bamlinga uNkulunkulu, futhi bamvimbela oNgcwele ka-Israyeli.


(Kwakunguye uMariya owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula.)


Ngakho odadewabo bathumela kuye, besithi: Nkosi, khangela, omthandayo uyagula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite