Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 IBethaniya laliseduze neJerusalema, kungaba amastadiyu ayishumi nanhlanu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 IBethaniya laliseduze neJerusalema, kungaba ngamastadiyu* ayishumi nanhlanu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 IBhethaniya laliseduze neJerusalema, kungamastadiyu ali-15.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 IBethaniya laliseduze neJerusalema, kungaba amastadiyu ayishumi nanhlanu.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:18
6 Referans Kwoze  

Isikhamo sanyathelwa ngaphandle komuzi, kwaphuma igazi esikhamweni sewayini laze lafika ematomini amahhashi, lihamba amastadiyu ayinkulungwane namakhulu ayisithupha.


Umuzi wawunezinhlangothi ezine ezilinganayo, ubude bawo bungangobubanzi bawo; walinganisa umuzi ngohlanga, amastadiyu ayizinkulungwane eziyishumi nambili. Ubude nobubanzi nokuphakama kwawo kuyalingana.


Kwakukhona ogulayo othile, uLazaru waseBethaniya, umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta.


Sebegwedlile kungathi amastadiyu angamashumi amabili nanhlanu noma amashumi amathathu, babona uJesu ehamba phezu kolwandle, esondela emkhunjini;


Bheka, ababili babo babehamba ngalona lolo suku, beya emzaneni othiwa i-Emawuse, ukude neJerusalema amastadiyu angamashumi ayisithupha.


Wabashiya, waphuma emzini, waya eBethaniya; walala khona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite