Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 10:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Kwakungumkhosi wokuhlanjululwa eJerusalema; kwakusebusika.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Khona kwakungumkhosi wokuhlanjululwa kwethempeli eJerusalema, kusebusika.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Kwase kuba khona uMkhosi Wokuhlanjululwa kwethempeli eJerusalema, kusebusika.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Kwakungumkhosi wokuhlanjululwa eJerusalema; kwakusebusika.

Gade chapit la Kopi




Johane 10:22
6 Referans Kwoze  

Abanye bathi: “Lawo mazwi akusiwo awonedemoni. Idemoni lingavula amehlo ezimpumputhe na?


UJesu wayehambahamba ethempelini ekhulusini likaSolomoni.


USolomoni waletha umnikelo wokubonga awuletha kuJehova, izinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili. Inkosi nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli bayingcwelisa indlu kaJehova.


Inkosi uSolomoni yanikela ngomhlatshelo wezinkomo eziyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili nezimvu eziyizinkulungwane eziyikhulu namashumi amabili; inkosi nabo bonke abantu bayingcwelisa indlu kaNkulunkulu.


Abantwana bakwa-Israyeli, abapristi namaLevi nabanye abantwana babathunjwa bagcina ukunikezelwa kwale ndlu kaNkulunkulu ngokujabula.


Nababhali abehla bevela eJerusalema bathi: “UnoBelzebule, ukhipha amademoni ngombusi wamademoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite