Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:48 - Contemporary Zulu Bible 2024

48 UNathanayeli wathi kuye: “Ungazelaphi na? UJesu waphendula, wathi kuye: Ngaphambi kokuthi uFiliphu akubize, uphansi komkhiwane, ngakubona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 UNathanayeli wathi kuye: “Ungazelaphi na?” UJesu waphendula, wathi kuye: “Ungakabizwa nguFiliphu, uphansi komkhiwane, ngakubona.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

48 UNathaniyeli wathi kuye: “Ungazelaphi na?” UJesu waphendula, wathi kuye: “Ngaphambi kokuba uFiliphu akubize phansi komkhiwane, ngakubona.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

48 UNathanayeli wathi kuye: “Ungazelaphi na? UJesu waphendula, wathi kuye: Ngaphambi kokuthi uFiliphu akubize, uphansi komkhiwane, ngakubona.

Gade chapit la Kopi




Johane 1:48
14 Referans Kwoze  

Kuyothi bengakangibizi, ngiphendule; kuthi besakhuluma, ngizwe.


Kwakungasweli muntu ukuthi afakaze ngomuntu, ngoba yena wayekwazi okukumuntu.


Kepha wena, nxa ukhuleka, ngena ekamelweni lakho, uthi usuvale umnyango wakho, ukhuleke kuYihlo osekusithekeni; futhi uYihlo obona ekusithekeni uzokubuyisela obala.


ngokunjalo izimfihlo zenhliziyo yakhe zibonakaliswa; kanjalo uyakuwa ngobuso bakhe, akhuleke kuNkulunkulu, asho ukuthi uNkulunkulu phakathi kwenu ngeqiniso.


Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ize ifike iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni okufihliweyo kobumnyama, iveze obala amacebo ezinhliziyo, khona-ke yilowo nalowo uyakuba nodumo kuNkulunkulu.


uFiliphu, loBartolomewu; uTomase, noMathewu umthelisi; uJakobe ka-Alfewu, noLebewu othiwa futhi uThadewu;


UFiliphu wayengowaseBetsayida, umuzi ka-Andreya noPetru.


Khona uJesu ephakamisa amehlo akhe, wabona isixuku esikhulu siza kuye, wathi kuFiliphu: Singazithenga ngaphi izinkwa, ukuze laba badle na?


UFiliphu wamphendula wathi: Izinkwa zabodenariyo abangamakhulu amabili azibanele, ukuthi yilowo nalowo athathe okuyingcosana.


Lawo-ke eza kuFiliphu waseBetsayida laseGalile, amcela, athi: “Nkosi, sithanda ukubona uJesu.


UFiliphu wathi kuye: Nkosi, sikhombise uYihlo, kusanele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite