Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Wathi kubo: Wozani nibone. Beza babona lapho ehlala khona, bahlala naye lolo suku, ngokuba kwakungaba yihora leshumi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Wathi kubo: “Wozani nibone.” Ngakho-ke beza babona lapho ehlala khona; bahlala naye ngalolo suku; kwakungaba yihora leshumi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Wabaphendula wathi: “Wozani nibone.” Ngakho-ke bahamba, babona lapho ehlala khona, bahlala naye ngalolo lusuku; cishe kwase kuyihora leshumi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Wathi kubo: Wozani nibone. Beza babona lapho ehlala khona, bahlala naye lolo suku, ngokuba kwakungaba yihora leshumi.

Gade chapit la Kopi




Johane 1:39
11 Referans Kwoze  

Kepha bamcindezela, bathi: “Hlala nathi, ngokuba sekuzakuhlwa, nemini isiyadlula. Wangena ukuba ahlale nabo.


Bonke uBaba anginika bona bayakuza kimi; futhi ozayo kimi angisoze ngamlahlela phandle.


Kwathi esefikile kuye amaSamariya amncenga ukuthi ahlale lawo; wasehlala khona insuku ezimbili.


UNathanayeli wasesithi kuye: Kambe kukhona into enhle evela eNazaretha? UFiliphu wathi kuye: Woza ubone.


Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.


Ngiyabathanda abangithandayo; futhi labo abaNgifuna kusenesikhathi bayongithola.


UJesu waphenduka, wababona belandela, wathi kubo: Nifunani na? Basebesithi kuye: Rabi, (okutsho ukuthi, Mfundisi,) uhlala ngaphi?


Omunye wababili abezwa uJohane ekhuluma bamlandela wayengu-Andreya umfowabo kaSimoni Petru.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite