Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 Lokhu kungubufakazi bukaJohane mhla abaJuda bethuma abapristi namaLevi bephuma eJerusalema ukuba bambuze ukuthi: “Wena ungubani na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Lokhu kungubufakazi bukaJohane mhla abaJuda bethuma abapristi namaLevi bephuma eJerusalema ukuba bambuze ukuthi: “Wena ungubani na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Lokhu kungubufakazi bukaJohane, lapho abaJuda bethumele abaphristi nabaLevi bevela eJerusalema ukuba bambuze, bathi: “Wena ungubani na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

19 Lokhu kungubufakazi bukaJohane mhla abaJuda bethuma abapristi namaLevi bephuma eJerusalema ukuba bambuze ukuthi: “Wena ungubani na?

Gade chapit la Kopi




Johane 1:19
27 Referans Kwoze  

Base bemhaqa abaJuda, bathi kuye: “Koze kube nini usenza singabaze na? Uma unguKristu, sitshele ngokusobala.


UPawuli wasesithi: UJohane wabhabhathiza umbhabhathizo wokuphenduka, esithi ebantwini ukuthi bakholwe kuye ozayo emva kwakhe, onguKristu Jesu.


Kwathi uJohane eseqedile ukuhamba kwakhe, wathi: Nithi ngingubani na? Angiyena. Kodwa bhekani, uyeza emva kwami, engingafanele ukuthukulula izicathulo zakhe ezinyaweni zakhe.


Base bephendula abaJuda, bathi kuye: “Usibonisa isibonakaliso sini, lokhu wenza lokhu na?


Base bethi abaJuda kophulukisiwe: Kuyisabatha;


Ngakho abaJuda baphikisana bodwa, besithi: Lo angasinika njani inyama yakhe ukuthi siyidle?


AmaJuda akhonona ngaye, ngokuba wathi: “Mina ngiyisinkwa esehla ezulwini.


Qaphela isifo sochoko, ukuqaphele, wenze njengalokho abapristi bamaLevi beyakukufundisa; njengalokho ngabayala, nenze njalo ngokucophelela.


Yena wezela ubufakazi, ukuze afakaze ngokukhanya, ukuze bonke bakholwe ngaye.


Base bethi abaJuda: “Leli thempeli iminyaka engamashumi amane nesithupha lakhiwa, wena-ke uyakulivusa ngezinsuku ezintathu na?


Wamuka lowo muntu, watshela abaJuda ukuthi nguJesu omphilisileyo.


Ngalokho abaJuda bamzingela uJesu, badinga ukumbulala, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha.


Ngakho-ke amaJuda adinga kakhulu ukumbulala, ngoba wayengaphuli isabatha kuphela, kodwa wabuye wathi uNkulunkulu unguYise, ezenza olingana loNkulunkulu.


Emva kwalokho uJesu wahambahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, ngokuba abaJuda babefuna ukumbulala.


AmaJuda amdinga emkhosini, athi: Ungaphi yena?


AmaJuda amangala, athi: “Lo wazi kanjani izincwadi engafundanga na?


Base bethi abaJuda: “Kanti uzakuzibulala na? ngokuba uthi: Lapho ngiya khona, ningeze nina.


Base bephendula abaJuda, bathi kuye: “Asisho kahle ukuthi wena ungumSamariya nokuthi unedemoni na?


Base bethi kuye abaJuda: “Manje sesiyazi ukuthi unedemoni. U-Abrahama ufile, nabaprofethi; wena-ke uthi: Uba umuntu egcina ilizwi lami, kasoze ezwe ukufa laphakade.


Base bethi kuye abaJuda: “Awukafiki iminyaka engamashumi ayisihlanu, kanti usubonile u-Abrahama na?


AmaJuda abuye athatha amatshe ukuze amkhande.


Kwafika abaningi kumaJuda kuMarta noMariya ukuze babaduduze ngomnewabo.


Yilo-ke umbiko esalizwa kuye, esinishumayeza wona, ukuthi uNkulunkulu ungukukhanya, ubumnyama abukho kuye nakanye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite