Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Abazalwa kungengagazi, noma ngentando yenyama, noma ngentando yomuntu, kodwa nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 abangazalwanga ngagazi, nantando yenyama, nantando yendoda, kodwa bazalwa nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 abangazalwanga ngagazi, ngandlela yemvelo noma ngantando yendoda, kodwa bazalwa nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Abazalwa kungengagazi, noma ngentando yenyama, noma ngentando yomuntu, kodwa nguNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




Johane 1:13
25 Referans Kwoze  

Wonke ozelwe nguNkulunkulu akenzi isono; ngokuba imbewu yakhe ihlezi kuye, angoni, ngokuba uzelwe nguNkulunkulu.


Ngokuthanda kwakhe wasizala ngezwi leqiniso, ukuze sibe uhlobo lolibo lwezidalwa zakhe.


nizelwe ngokusha, kungengembewu ebolayo, kodwa ngengenakonakala, ngezwi likaNkulunkulu eliphilayo nelimi phakade.


Makabongwe uNkulunkulu, uYise weNkosi yethu uJesu Kristu, obuye wasizala kabusha ngokwesihawu sakhe esikhulu ukuba sibe nethemba eliphilayo ngokuvuka kukaJesu Kristu kwabafileyo.


Ngokuba konke okuzelwe nguNkulunkulu kuyalinqoba izwe;


Bathandekayo, masithandane, ngokuba uthando luvela kuNkulunkulu; futhi wonke onothando uzelwe nguNkulunkulu, futhi uyamazi uNkulunkulu.


Kungengemisebenzi yokulunga esayenzayo thina, kodwa ngokwesihawu sakhe wasisindisa, ngesigezo sokuzalwa kutsha, nangokwenziwa basha ngoMoya oNgcwele;


Ngokuba nguNkulunkulu osebenza kini nokuthanda nokwenza njengentando yakhe enhle.


Mina ngatshala, u-Apholo wanisela; kodwa uNkulunkulu wakhulisa.


Yilowo nalowo okholwa ukuthi uJesu unguKristu uzelwe nguNkulunkulu, nalowo othanda ozalayo uyamthanda nalowo ozelwe nguye.


Siyazi ukuthi yilowo nalowo ozelwe nguNkulunkulu akoni; kepha ozelwe nguNkulunkulu uyazigcina, omubi akamthinti.


UJesu waphendula, wathi kuye: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kuwe: Uma umuntu engazalwa ngokusha, angewubone umbuso kaNkulunkulu.


Ningacabangi ukusho phakathi kwenu ukuthi: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu angamvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Abantu bakho bayakuvuma ngosuku lwamandla akho, ebuhleni bobungcwele kwasesizalweni; unamazolo obusha bakho.


Abantwana baxabana phakathi kwakhe; wathi: “Uma kunjalo, nginje ngani na?” Futhi wahamba wayobuza eNkosini.


Njengezingane ezisanda kuzalwa langazelelani ubisi lwezwi olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo;


U-Isaka wayesethuthumela kakhulu, wathi: “Ngubani na?” uphi owabamba inyamazane, wayiletha kimi, ngadla kukho konke ungakafiki, ngambusisa na? yebo, futhi uyobusiswa.


U-Isaka wathanda u-Esawu, ngokuba wayedla inyamazane yakhe, kepha uRebeka wathanda uJakobe.


Ungenzele ukudla okumnandi njengokukuthanda kwami, ukulethe kimi, ngidle; ukuze umphefumulo wami ukubusise ngingakafi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite