Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Wafumana khona umuntu othile ogama lakhe lingu-Eneya, owayeselele ecansini iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Wafumana lapho umuntu othile ogama lakhe kungu-Eneya, owayeselale ecansini iminyaka eyisishiyagalombili, efe uhlangothi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Wafumana khona umuntu othiwa ngu-Eneya, owayeselele iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:33
13 Referans Kwoze  

Nalo wesifazane oyindodakazi ka-Abrahama, uSathane ambophile, bheka, le minyaka eyishumi nesishiyagalombili bekungafanele yini akhululwe kulesi sibophelelo ngosuku lwesabatha na?


Kwakuhlezi indoda ethile eListra, ibuthakathaka ezinyaweni zayo, iyisigoga kwasesizalweni sikanina, engazange ihambe.


Ngokuba lowo muntu esenziwe kuye lesi sibonakaliso sokuphulukisa wayeneminyaka engaphezu kwamashumi amane.


Kwakuthwala indoda ethile eyayilunyonga kwasesiswini sikanina, ababeyibeka imihla ngemihla ngasesangweni lethempeli elithiwa Elihle, ukuba icele izipho kwabangena ethempelini;


Kodwa ukuthi usebona njani khathesi asazi; nokuthi ngubani ovule amehlo akhe, asazi; mbuze: uzakuzikhulumela yena.


Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe.


Kwakukhona lapho umuntu othile owayesegule iminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili.


Wabuza kuyise wathi: “Sekulesikhathi esinganani enze lokhu kuye? Wathi: Kusukela ebuntwaneni.


Owesifazane othile owayenomopho iminyaka eyishumi nambili.


Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa.


Kwathi uPetru ebhoda ezindaweni zonke, wehlela nakwabangcwele abakhe eLida.


UPetru wathi kuye: “Eneya, uJesu Kristu uyakuphilisa; Wasesukuma masinyane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite