Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 8:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 USimoni esebonile ukuthi ngokubekwa kwezandla zabaphostoli uyaphiwa uMoya oNgcwele, waletha kubo imali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha uSimoni, ebonile ukuthi ngokubekwa kwezandla zabaphostoli uyaphiwa uMoya, waletha imali kubo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Kepha uSimoni, esebonile ukuthi ngokubekwa kwezandla zabaphostoli abantu bemukela uMoya, waletha imali kubo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 USimoni esebonile ukuthi ngokubekwa kwezandla zabaphostoli uyaphiwa uMoya oNgcwele, waletha kubo imali.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 8:18
7 Referans Kwoze  

Imibango ehlanekezelayo yabantu abangqondo eyonakeleyo, abaswele iqiniso, bethi inzuzo ingukumesaba uNkulunkulu;


Phulisani abagulayo, nihlambulule abanochoko, nivuse abafileyo, nikhiphe amademoni;


UHazayeli wayesehamba ukumhlangabeza, waphatha kuye isipho sakho kuzo zonke izinto ezinhle zaseDamaseku, umthwalo wamakamela angamashumi amane, weza, wema phambi kwakhe, wathi: “Indodana yakho uBenihadadi, inkosi yase-Aramu, ingilethile kuwe. Wathuma ukuthi, Ngiyakusinda yini kulesi sifo na?


Niyakungingcolisa yini phakathi kwabantu bami ngenxa yezandla ezigcwele zebhali nangezingcezu zesinkwa, ukuze nibulale imiphefumulo ebingayikufa, nisindise imiphefumulo ebingafuni ukuphila, ngokuqambela amanga kubantu bami abezwa amanga enu, na?


Basebebeka izandla phezu kwabo, basebemamukela uMoya oNgcwele.


Ethi: “Nami ngiphe lawomandla, ukuze kuthi noma ubani engibeka izandla phezu kwakhe amukele uMoya oNgcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite