Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 6:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha thina siyakukhuthalela ukukhuleka, nasenkonzweni yezwi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha thina sizakuqinisela ekukhulekeni nasenkonzweni yezwi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kodwa thina sizakuzinikela ekukhulekeni nasenkonzweni yezwi.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kepha thina siyakukhuthalela ukukhuleka, nasenkonzweni yezwi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 6:4
18 Referans Kwoze  

Labo bonke baqinisela nganhliziyonye ekukhulekeni nasekunxuseni, kanye nabesifazane, noMariya unina kaJesu, nabafowabo.


Babephikelela emfundisweni yabaphostoli, nasekuhlanganyeleni, nasekuhlephuleni isinkwa, nasemithandazweni.


Shumayela izwi; phuthuma ngenkathi, ingekho inkathi; sola, ukhuze, uyale ngakho konke ukubekezela nokufundisa.


Ngokuba uNkulunkulu engimkhonza ngomoya wami evangelini leNdodana yakhe ungufakazi wami wokuthi angiphezi ukunikhumbula emikhulekweni yami;


Lithi ku-Arkiphu: Qaphela inkonzo oyitholile eNkosini, ukuze uyifeze.


Ngokuba ngithanda ukuba nazi ukuthi kungakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu, nangenxa yabaseLawodikeya, nabo bonke abangabubonanga ubuso bami enyameni;


njalo kukho konke ekukhulekeleni kwami ngenxa yenu lonke ngininxusela ngentokozo;


Ngokuba noma ngishumayela ivangeli, anginakuzibonga, ngokuba kube yimpoqo phezu kwami; yebo, maye kimi uma ngingalishumayeli ivangeli!


Uyakhonza kini u-Ephafra ongomunye wakini, inceku kaKristu, enilwela njalo emikhulekweni, ukuze nime niphelele niphelele entandweni yonke kaNkulunkulu.


Kwathi seziphelile izinsuku zokukhonza kwakhe, wamuka waya endlini yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite