Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 5:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 Wathi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, ziqapheleni eniyakukwenza kulaba bantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 wayesethi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, qaphelani kulokho enizakukwenza kulaba bantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 wayesethi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, cabangisisani ngalokho enizakukwenza kulaba bantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 Wathi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, ziqapheleni eniyakukwenza kulaba bantu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 5:35
6 Referans Kwoze  

Kwathi induna yekhulu isizwile, yasuka yabikela induna, yathi: Qaphela okwenzayo, ngoba lumuntu ungumRoma.


Ngakho njengoba lezizinto zingephikwe, kufanele nithule, ningenzi lutho ngamawala.


Esehlezi esihlalweni sokwahlulela, umkakhe wathumela kuye, wathi: “Ungabi nandaba nalowo muntu olungileyo, ngokuba ngihlupheke kakhulu namuhla ngaye ephusheni.


UHezekiya inkosi yakwaJuda naye wonke uJuda bambulala na? Akamesabanga uJehova, wamncenga uJehova, uJehova wazisola ngobubi abebukhulume ngabo na? Kanjalo singenza ububi obukhulu emiphefumulweni yethu.


Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana;


Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwasuka uThewuda, ezishaya utho; okwazihlanganisa naye isibalo sabantu kungathi abangamakhulu amane; bonke abamlalelayo bahlakazeka, baba yize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite