Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 5:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Esithi: Intolongo siyifice ivaliwe ngokulondeka konke, nabalindi bemi ngaphandle phambi kweminyango;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 zathi: “Indlu yeziboshwa sayifumana ivaliwe, iqinile impela, nabalindi bemi eminyango; kepha sesivulile asifumananga muntu ngaphakathi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 zathi: “Ijele silithole livaliwe, nabaqaphi bemi eminyango, kepha sesivulile asitholanga muntu ngaphakathi.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 esithi: Intolongo siyifice ivaliwe ngokulondeka konke, nabalindi bemi ngaphandle phambi kweminyango;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 5:23
13 Referans Kwoze  

UJehova uyachitha icebo lezizwe; Uchitha amacebo abantu.


Ohlezi ezulwini uyakuhleka; uJehova uyakubahleka.


Kepha ingelosi yeNkosi ebusuku yavula iminyango yetilongo, yabakhipha, yathi:


Base bedobha amatshe ukuba bamjikijele, kepha uJesu wacasha, waphuma ethempelini, edabula phakathi kwabo, wadlula kanjalo.


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Akukho kuhlakanipha, nokuqonda, nasiluleko esingamelana noJehova.


Kodwa sezifikile izikhonzi, zingabaficanga entolongweni, zabuya zabika.


Kwathi umpristi omkhulu, nenduna yethempeli, nabapristi abakhulu bezwile lokho, bamangala ngabo ukuthi lokhu kuzokwenzakalani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite