Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 4:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Base bababiza, babayala ukuthi bangakhulumi nakanye, bangafundisi ngegama likaJesu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Base bebabiza, babayala ngokuthi bangakhulumi, bangafundisi nakanye ngegama likaJesu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Base bebabiza, babadonsa ngendlebe ukuba bangakhulumi, futhi bangafundisi nakanye ngegama likaJesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Base bababiza, babayala ukuthi bangakhulumi nakanye, bangafundisi ngegama likaJesu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 4:18
7 Referans Kwoze  

Basebemvumela; sebebabiza abaphostoli, babatshaya, babalaya ukuthi bangakhulumi ngebizo likaJesu, babakhulula.


Hambani, nime nikhulume ethempelini kubantu amazwi onke alokhu kuphila.


Kepha nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya, kuze kube sekugcineni komhlaba.


Kepha ababelethisi babemesaba uNkulunkulu, abenzanga njengalokho inkosi yaseGibithe yayibayalile, bazala abafana.


Kodwa ungabe usaprofetha eBhetheli, ngoba liyindlu yenkosi lendlu yenkosi.


Ethi: “Asiniyalanga yini ukuthi ningafundisi ngaleli gama na? bhekani, senigcwalise iJerusalema ngesifundiso senu, nihlose ukwehlisela igazi lalumuntu phezu kwethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite