Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kodwa babelindele ukuthi uzavuvuka kumbe awe phansi masinyane afe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kepha babheka ukuthi usezakuvuvuka, nokuba awe phansi masinyane, afe. Kepha sebebheka isikhathi eside, bebona ukuthi akafikelwa ngozi, baphenduka bathi ungunkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Babheka belindele ukuthi usazovuvuka noma afumbeke phansi ngokushesha, afe, kodwa sebelinde isikhathi eside, bebona engehlelwa ngozi, base beguqula umqondo, bathi ungunkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kodwa babelindele ukuthi uzavuvuka kumbe awe phansi masinyane afe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:6
6 Referans Kwoze  

Abantu basebememeza besithi: Yizwi likaNkulunkulu, akusilo elomuntu.


Izixuku ezazihamba ngaphambili neziyilandela zamemeza zathi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi; Hosana kweliphezulu.


UPilatu wathi kubo: Pho ngimenzeni uJesu othiwa uKristu? Bonke bathi kuye: Kabethelwe esiphambanweni.


ababemlalela bonke, kusukela komncane kuze kube komkhulu, bethi: Lo ungamandla kaNkulunkulu amakhulu.


Kulezo zindawo kwakukhona amasimu endoda enkulu yesiqhingi, ogama layo linguPhubhiliyu; owasamukela, wasamukela kahle izinsuku ezintathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite