Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Kwathi emva kwezinsuku ezintathu uPawuli wabizela ndawonye izikhulu zabaJuda; nokho nganikelwa eJerusalema ngiyisiboshwa ezandleni zamaRoma.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Kwathi emva kwezinsuku ezintathu wabizela ndawonye kuye abakhulu babaJuda; sebebuthene, wathi kubo: “Madoda, bazalwame, noma mina ngingenzanga lutho oluphambene nesizwe namasiko awobaba, nokho ngasuswa eJerusalema ngiyisiboshwa, nganikelwa ezandleni zamaRoma;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Kwathi sekwedlule izinsuku ezintathu, wabiza labo abadumile babaJuda ukuba beze kuye. Sebebuthene, wathi kubo: “Madoda, bazalwane, nakuba mina kungekho lutho oluphambene nesizwe namasiko okhokho engilwenzileyo, nokho ngisuswe eJerusalema ngiboshiwe, nganikelwa ezandleni zamaRoma.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Kwathi emva kwezinsuku ezintathu uPawuli wabizela ndawonye izikhulu zabaJuda; nokho nganikelwa eJerusalema ngiyisiboshwa ezandleni zamaRoma.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:17
11 Referans Kwoze  

Eziphendulela wathi: “Nangomthetho wabaJuda, nethempeli, nakuKesari angonanga lutho.


Ngokuba simzwile ethi loJesu waseNazaretha uzakuchitha le ndawo, aguqule amasiko uMose asinika wona.


UPawuli wasesithi: Ngimi esihlalweni sokwahlulela sikaKesari, lapho engifanele ukwahlulelwa khona;


Njengalokhu nompristi omkhulu uyangifakazela, nebandla lonke lamalunga, engamukela kubo izincwadi eziya kubazalwane, ngaya eDamaseku ukuba ngibalethe eJerusalema beboshiwe, ukuze bajeziswe.


Khona umpristi omkhulu nezikhulu zabaJuda bamangalela uPawulu kuye, bamncenga.


okwathi sebefikile eKesariya, banika umbusi incwadi, bethula loPawuli phambi kwakhe.


Ngokuba ngempela ngebiwa ezweni lamaHeberu; nalapha angenzanga lutho ukuthi bangangifaka emgodini.


Kodwa abaJuda bavusa abesifazane abakhonzayo nabahloniphekayo nezikhulu zomuzi, bavusela oPawulu noBarnaba ukuzingelwa, babaxosha emikhawulweni yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite