Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Emva kwezinyanga ezintathu samuka ngomkhumbi wase-Aleksandriya, owawudlulise ubusika esiqhingini, uphawu lwawo lungoKastore noPoluksi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Emva kwezinyanga ezintathu sase simuka ngomkhumbi wase-Aleksandriya owawudlulisa ubusika esiqhingini, uphawu lwawo lungolwamaWele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Emva kwezinyanga ezintathu, sahamba ngomkhumbi wase-Aleksandriya owawume esiqhingini ukuze kwedlule ubusika, owawunophawu lwamaWele.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Emva kwezinyanga ezintathu samuka ngomkhumbi wase-Aleksandriya, owawudlulise ubusika esiqhingini, uphawu lwawo lungoKastore noPoluksi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:11
9 Referans Kwoze  

Khona induna yafumana umkhumbi wase-Aleksandriya oya e-Italiya; wasifaka khona.


Ngakho-ke mayelana nokudla okuhlatshelwe izithombe, siyazi ukuthi isithombe asilutho ezweni nokuthi akakho omunye uNkulunkulu ngaphandle koyedwa.


Buthanani nize; sondelani kanyekanye nina enibalekele ezizweni!


Kwasekusukuma abathile besinagoge elithiwa elabaKhululwa, nabaseKhurene, nabase-Aleksandriya, nabavela eKhilikhiya nase-Asiya, baphikisana noStefanu;


Amadoda ayesesaba uJehova ngokwesaba okukhulu, aletha umhlatshelo kuJehova, enza izithembiso.


Khona-ke amatilosi esaba futhi abiza yilowo nalowo kunkulunkulu wakhe futhi aphonsa olwandle impahla eyayisemkhunjini ukuze enze kube lula kuwo. Kepha uJona wehlela ezinhlangothini zomkhumbi; walala ubuthongo.


Sebedabule isihlenge baze bafika ePhafosi, bafumana indoda ethile eyisanusi, umprofethi wamanga, umJuda, ogama lakhe linguBarjesu.


abasidumisile futhi ngokutusa okuningi; kwathi sesihamba, basithwalisa esikudingayo.


Safika eSirakhuse, sahlala khona izinsuku ezintathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite